strictly vernac?
prejudice....
Okay, I'ma do you justice on that absolute tsotsi taal tip. Moja. Hope uzoz'khesha lova
Elok’shin siyaphanta sihlanganisa lemali
Usuku lonke kuyafana leligoda alihlangani
So gcwala ngami mangishintsha njenges’khumba sonwabu
Ngenze imali sek’shubile noma ngigqok’ uthayi
Kodwa kusafana ngob’ ulova usagidla edawa
Naseb’suku akucimeleki isisu sixoxa udaba
So uthi angenzeni ngoba vele akekho onendaba
Ngizoyiphusha lenkantini nize niy’mpimpe intwana
Az' umaphuza ashayise angqongqoze edladlen’
Izi imaster izikhale ulova esehleli entweni
Ngizoyiphush’ lenombolo ngize ngiqashwe esontweni
Ngoba vele ne-ou lady belingibiza us’khotheni
@Mprofeti....two words, Deep and rich. Uyayazi into yakho lova